Emmaus Hospital

Emmaus Hospital Emmaus District Hospital is in uKhahlamba, under uThukela District. We sre a level 2 hospital with

02/03/2026

Abaphathi besiBhedlela Emmaus badlulisa ukubonga okukhulu kubasebenzi ngokunikela ngezimali zabo ukuhambisa uJonny lwelakubo Western Cape endaweni yase Beaufort West emva kwe minyaka engaphezu ka 15 ahamba ekhaya. Kubemnandi esezolandwa isihlobo sakhe uMnu Ben Lebatala bezogibela ibhasi eliya Beaufort West. Inkosi inibusise nonke basebenzi eniphose esivivaneni kwasho kwakhululeka nombhede ozokwazi ukusenenziswa ukulala omunye ogulayo.

Isibhedlela ku Bantu namhlanje sisendaweni, yase Okhombhe ku ward 7 ePhola Park Creche. Kukhona oDokotela, Usomsoco, aba...
25/02/2026

Isibhedlela ku Bantu namhlanje sisendaweni, yase Okhombhe ku ward 7 ePhola Park Creche. Kukhona oDokotela, Usomsoco, abamazinyo, abamathambo, abezindlebe siphinde sihlolele nama hlala khona kanye nesandulela Ngculazi. Ikilinikhi yaMadoda nayo ikhona kanjalo no Nabwaifazane bayahlolwa umlomo wesibeletho. Phuthuma ungasali. Abantwana nabo bayabonwa futhi bagonywe.

18/02/2026
Izolo ngomhlaka 28 January 2026, sivakadhelwe ngaBafundisi bamahlelo ahlukaglukene bezothandaza esi headless, Emmaus kok...
29/01/2026

Izolo ngomhlaka 28 January 2026, sivakadhelwe ngaBafundisi bamahlelo ahlukaglukene bezothandaza esi headless, Emmaus kokuba abaphathi Sibhedlela bayebacela ukuba kube nomthandazo. Sithanda ukudlulisa ukubonga okukhulu ngentshumayelo nemithandazo eye yenziwa eMawodini ethu, impela uNkulunkulu ubekhona phakathi kwethu.

11/12/2025

Mrs T.R Mthembu.

Size kuwe Nkosi, sithi Syabonga ukugcinwa ebudeni boNyaka njengabasebenzi. Ebenezer usigcine kwaze kwalapha๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ
11/12/2025

Size kuwe Nkosi, sithi Syabonga ukugcinwa ebudeni boNyaka njengabasebenzi. Ebenezer usigcine kwaze kwalapha๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ

Ngolwesihlanu 28 November 2025 iTeam yase PHC iye yamasha edolobheni lase Bergville, njengoba siku 16 days of Activism a...
01/12/2025

Ngolwesihlanu 28 November 2025 iTeam yase PHC iye yamasha edolobheni lase Bergville, njengoba siku 16 days of Activism against Gender-Based Violence. Besisho sithi Phansi ngokuhlukunyezwa Kwabesifazane, izingane kanye naMadoda.

Ungasali
06/11/2025

Ungasali

03/11/2025

Namhlanje sise Rank eBergville silethe usizo ko Driver no Mama noBaba abadayisa khona, kukhona noDokotela.

Information 101- yazi okumele ukuphathe uma uzovula noma uzokhipha ifayela lakho esibhedlela.
03/11/2025

Information 101- yazi okumele ukuphathe uma uzovula noma uzokhipha ifayela lakho esibhedlela.

03/11/2025

Kwi Information 101 yanamhlanje sihleli no Mr T.P Mncube ongu Patient Admissions Supervisor ( Ema Filini) ehleli no PRO Mrs Slie Mhlukani kwi interview ezosiza wena ukuze wazi okulindeleke kuwe uma uza esibhedlela.

27/10/2025

Address

Cathedral Peak Road
Winterton

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Emmaus Hospital posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Emmaus Hospital:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category