13/03/2024
Akengicaphune kancane ngalezinto zokuhlela
Bafazi izinto zokuhlela eziningi zinobungozi kakhulu
1 Implant
Baningi abesfazane abasazohlinzwa la abafaka khona implant ngoba iyaShifter leyanto ,umzimba womuntu wesfazane uyakhuluphala ,unciphe
Ngize kulena iLoop esh leyo ayikho 100% guaranteed ngoba kuyenzeka ingavali kahle lamaTubes okuntshuza kuwona isdoda siyothuhluza iqanda ,kuyenzeka owesfazane angangeni kumaPeriods kuyenzeka angene kumaPeriods kodwa igazi lakhe libaLite ,kuyenzeka njalo libekhona igazi elisalela kwiLinen ,bese egcina owesfazane enenkinga yamFibriods (ayingozi amaFibroids ngoba iyancipha inzalo ,ubanomhlume ,iyancipha imizwa ungalulangazeleli ucansi, back pain ,ukuzala ingane ekhubazekile) .
Kuyenzeka akhulelwe owesfazane efake iLoop bese kukhandeka ingane engekho normal or enokukhubazeka kancane ,naleligazi njengoba liphuma liLite elinye liyasalela kumaFallopian tubes bese amaTubes eliDispense liyokhanda amaFibroids (ngizonaba ngamaFibroids ngelinye lamalanga)
Kuyenzeka leligazi eliphelela emzimbeni libolele ngaphakathi bese uzwa umuntu enephunga elingelihle ,umuntu opreventayo isitho sakhe sangasese kumel asinakekel kakhulu , ziningi izinto ongazisebenzisa kubalulekile ngemva ka6-12 uhlanze uphuze imbiza yokuhlanza isinye and steam ngezimbiza ngane zakwethu , uclean any infection ,it can be discharge thru your cookie via cervix..