05/11/2024
Makuthiwa umuzi uyaqiniswa kusuke kuqinisiwe ngakhumbula komunye unyaka kunezikhukhula wasala wodwa loyamuzi ngezikhukhula🙌🏻IZulu liyahlonishwa.Uma ke kuyindonda kayoni kakhulu noma kukhona sebehambile nje ngalo,kwano monakalo,Leli elikhala kakhuuuulu likeneneza kusuke kweLesifazane lona.Kungene iHlobo nje anoqinisa nemizi lingangeni Zulu liyakwazi nokudukela ngakuwe.Uma ulisaba kakhulu thatha umaNyazini uma liduma faka endishini into encane ubeke ngaphandle noma ebhakedeni elincane ufake namanzi,iminyango ningayivali yonke nciii.Nivale izibuko nama TV📺 or nicime nilayithe isibani🕯.Nicime amaphones📱,undlala iCansi uhlale phansi uzothe noma uthandaze,awugezi noma uthinte amanzi umaliduma.🙏🏻