Sihlaziya Amaphupho Zulu M

Sihlaziya Amaphupho Zulu M SICHAZA AMAPHUPHO. ngicela ukusho ukuthi angisiso isangoma angisiyo inyanga ngingumthandazi ngisebenza ngamanzi kuphela anginayo imithi

18/12/2025

Emen ekhaya lamaphupho

12/12/2025

UMakoti kaKhuzani kuthiwa akadlali TikTok, akadlali Facebook, no Instagram akazwani nento ezomenza aposte izinto.⚠️

Kuthiwa u WhatsApp kuphela nakhona ukhuluma no Mnyeni wakhe ,umngani wakhe. Kuthiwa ku whatapp wakhe kukhona abantu abawu 10 kuphela 🙌💙.

Kuthiwa iwu 10 iminyaka bethandana. Kwamnandi ukubekezela...Ukubekezela kuzala impumelelo bafowethu.🙌💙🥳🥳💥.

Dlula ngalo ❤️ uma ungenamona nempumelelo KaKhuzani nomakoti wakhe 🔥🔥🤞🙌

07/12/2025

umkhulekho uyikho konke wedlula ngisho umuthi

07/12/2025

imthandazo unkulunkulu ubathanda bonke abantu bakhe amen 🤝

04/12/2025

shiya u Amen uzitholele izibusiso

03/12/2025

Shiya iphupho sikuhlaziyele

03/12/2025

Amen 🤝

28/11/2025

unkulunkulu akubusise wena ofundala

28/11/2025

ukuthwala kuyinkinga Uma uzothwala umncane ngoba nakhu ujahe impilo ewubukhazikhazi umuntu okumele athwale umuntu oneminyaka engu 40 kuyaphezulu nakhona Uma Kade wawuzama empilweni kungahlangani asbonge shiya iphupho sikuhlaziyele

27/11/2025

shiya iphupho sikuhlaziyele thina mahhala asifuni maliyakho futhi asiyibona omkhulu bemali esheshayo

27/11/2025

"Amen ekhaya bengisacela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha umuntu oshonile ekunika ikhandlela elibovu ethi hamba uyothandaza esidulini ngibonge nisazongiphendula"

Hamba khona cc uyovusa ingilozi yomlilo ikunqobele izitha ngalelo khandlela elibomvu

27/11/2025

nkosiyami angisiyena mina umkhulu wemali esheshayo futhi angiceli abantu ukuthi bengifakele imali kwi account yami cha wena yisho iphupho ngikuhlaziyele

Address

Melmoth

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sihlaziya Amaphupho Zulu M posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Sihlaziya Amaphupho Zulu M:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram