Mama ungcongo isangoma

Mama ungcongo isangoma Inkinga azipheli... Nongathwele uyesindwa...

Noma ngabe uthwele kangakanani sewumema izilwane ulala nazo... Zitholele isiwasho USUSUMTHWALO zizozbalekele bese u*icup...
26/05/2025

Noma ngabe uthwele kangakanani sewumema izilwane ulala nazo... Zitholele isiwasho USUSUMTHWALO zizozbalekele bese u*icupha zingaphinde zibuye stru bheka...

26/05/2025

Angike ngizwe izithakazelo zithini ezakho/awuzthuthe ndive mfondin

Mina: Ngcongo, Phambuka, nongwadla, Mkhontobkhali ... Aziqedwa bakwethu angihlabile... Ngonimema nje masengihlabile nizozizwa zonke ziphelele.... Camagu....ungumni?

26/05/2025

❀️ Umthanda kangakanani umuntu wakho...Let me see πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚

*β–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’ 0%πŸ–€*
*β–ˆβ–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’ 10%🀎*
*β–ˆβ–ˆβ–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’ 20%πŸ’—*
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–’β–’β–’β–’β–’β–’β–’ 30%🧑*
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–’β–’β–’β–’β–’β–’ 40%πŸ’›*
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–’β–’β–’β–’β–’ 50%🩢*
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–’β–’β–’β–’ 60%*πŸ’š
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–’β–’β–’ 70%πŸ’™*
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–’β–’ 80%🀍*
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–’ 90%πŸ’œ*
*β–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆβ–ˆ 100%❀️*
Mina anginamuntuπŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚

26/05/2025

Mama umu*i wakho uyafa uyaphela , ubaba usegijima nezingane zesikole ezingange ngane zakhe , akasabuyi ekhaya ,uma ebuyile akasa kuthinti noku kuthinta , usekhuluma noma kanjani manje nawe kodwa leya ngane yesikole uyihlonipha aze ayi khothamele ubaba lungisa umu*i wakho.

Step one
Ake usebenzise eyoku*i cleaner wena in and out ususe zonke izichitho nezilwane namalumbo afakiwe ukuba kuhlakazeke lomu*i.

Step two
Ake usebenzise izinto zoku thandeka endondeni uvuke mama uthandeke,uhaleleke ,ucwebezele ,akubuke nje kuvuke imizwa

Step three
Sebenzisa induku yokwakha umu*i , lenduku iyabiza impela ngoba ijulile lana kuboshwa umshado , akekho ophumayo , akekho ongenayo akuphileki omunye engekho , ivuselela uthando , nasekamelweni kuhlale kumnandi.
WhatsApp 0791297696noma vakashela ipheji lami

Sakha imizi sivuselela uthando

26/05/2025

Ikhaya ukuze lizoba nezinhlanhla,nomsamo ohlanzekile,nam
alunga omndeni ahlale evikelekile ezintweni zobumnyama.
Ikhaya liyahlanzwa,kuxoshwe Zonke izilwane zabathakathi ezibusa ebaleni lakini,bese kukhishwe izinto ezigqitshwe kulelobala ezinilethela ukuhlupheka,nezifo.
Umsamo uyagezwa ngendlela yakhona.
Amalunga omndeni ayaqiniswa.
Idlozi lekhaya liyagezwa.
Amathuna akini ayahlanjululwa acushwe.
Amanzamnyama ayavalwa acushwe.
Ibala liyabethelwa licushwe.
Usungasho ke ukuthi sewusebenzile Uma sewudlule la kulezigaba.
WhatsApp 0791297696 noma uvakashele ipheji lami


26/05/2025

Uma uwumuntu nyakaza kusenesikhathi konke kusephambi KWAKHO ngoba uma uzonyakaza sekonakele mmhn uyokhala ngekhwela njengotsotsi emsebenzini nakwezothando impilo ofuna ulwe uze uyongena emgodini,baningike abantu bephelelwa umsebenzi ngisho nothando imbala ngani ilokuthatha izinto ngesilungu bayakhwifa,befunge ,abantu la emnyango uma u*imisele ukuhlala kahle emsebenzini jwayelana namakhambi kanjalo nasothandweni ngoba abantu abayithandi into eya phambili buka NJE usuwaliwe washiywa ithemba lakho ubukade uhlaleleni ungaluqinisi kusenesikhathi ngoba abasile sebemdlisile wasala wena nokuzenza ncono k*k sufuna ukumbuyisa manje wat if lomthathile esemusebenzile ai umuthi wawuvele ukhona kwasekuqaleni yekani ukuphika nesilungu ningabantu Nina wake walibona I ndia ligqoke ibheshu
WhatsApp 0791297696 uma unemibuzo noma vakashela ipheji lami

25/05/2025

Uma unezitha noma uhlaselwa imimoya emibi sacela uthathe izinaliti eziwu five u*i fake kwi khandlela izinaliti u*ifake ngezi dunu zakhona ebese njalo ntambama ulayithi ikhandlela ukhulume uthi bonke laba abahlangene nge gama lami abaxabane bodwa,abangi phosa ngemimoya emdaka ayi phindele kubona abanikazi babo ,izitha zami engizaziyo nenga zazi azigwazwe izibhobo zihlukane nami negama lami ,laba xokiza nge gama lami abalwe bodwa bashayane baphahluke ukuthi yinile abayi hlanganisa nge gama lami uma uqeda uli cishe lokhu ukwenza njalo ntambama lizi liphele ikhandlela...
WhatsApp 0791297696... Uma udinga usizo noma uvakashele ipheji lami



Sakha imizi... Sivuselela uthando

25/05/2025

Funda Uku*ibambela With No Support Ngoba Omunye Umuntu Angathi Uzokuseka Kanti Cha Ufuna Umoshe Iskhathi Ulindane Naye. Funda Ukusebenza Ngokukhona, Nabakhona Abazimisele Ngokukuseka, Bebengekho Futhi Ungakhathazeki Sebenza Uwedwa Anyways. Kahle Kahle Kumele Wazi Ukuthi Whatever You Do Awenzeli Mina, Ubhut’ Wakho, Usis’ Wakho, Umnganakho, Or Abazali Bakho, Kepha Uzenzela Wena Ngoba Mawuzothi Wenzela Abantu Kukancane Uzothola Impumelelo, Angeke Uthathe Inqumo Ekumele Uzithathe Ukuze Uqhubekele Phambili, Bakushiyeke Abaziyo Ukuthi Empilweni Akuthenjwa Muntu, Mawufuna Impumelelo Uyasukuma Uzibambele Usizo Uluthola Ngendlela Kwabathandayo Ukukusiza Futhi Abangafuni β€œAbancengiwe”
WhatsApp 0791297696 uma udinga usizo noma uvakashele ipheji lami


25/05/2025

Uma izinto zakho zimile noma zingahambi ngendlela
Kunabantu abahlezi bekhala ngempilo emile
Abanye bakhala ngokubhedelwa izinto
Yini oyenzayo ukulungisa impilo yakho?
Uyakhala futhi uyohlezi ukhala ngoba uhlezi ugoqe izandla awenzi lutho ukuyilungisa noma uhamba nabantu abangenazo izinhloso nezifiso ezifana nezakho.
Uzophumelela kanjani uhleli nabantu abangayi ndawo?
Uhleli etshwaleni
Uhleli ezindaweni zobumnandi
Uhleli emsindweni
Uhleli nabantu abaphilela imanje hhayi ikusasa
Abanalo ikusasa labantu owehla wenyuka nabo
Uhleli nabantu abangcolile
Awuke uphume esixukwini
Phuma kubangani
Uzowubona umehluko
Angeke uze ufe uma uyinkomo edla yodwa
Abantu Abaningi abaphumelele abanabo abangani
Abahlali emsindweni
Abahlali ezindaweni zobumnandi
Abahlali ezixukwini
Awuthandazi
Awushunqisi
Awugqumi
Awugezi
Awushunqisi
Awucheli
Uyohlezi ungayi ndawo ngoba ungcolile
Indawo ohlezi kuyo ingcolile
Uyohlezi ucindezeleka uvuke umzimba ubuhlungu ukhathele
Izinto ezinhle ezihlanzekile azizi kumuntu ongcolile
Idlozi alizwani nomsindo
Idlozi alizwani nokungcola
Phaphama ulungise impilo yakho
Impilo iyasetshenzelwa
Vala umlomo
wenze ngezandla
Wenze ngengqondo
Wenze ngomphefumulo
Uzowubona umehluko
Makhosi πŸ™Œ
Camagu... WhatsApp 0791297696 uma unemibuzo noma vakashela ipheji lami...

Sakha imizi... Sivuselela uthando

24/05/2025

Ugogo onamandla nohlezi evika izitha empilweni yakho wugogo wase khabo mama esithi masikuhlolela avele.
Logogo akasebenzi yedwa bakhona nabanye. Abanye kuba amakhehla. Ngilanake:
As ufesa muthola imali thenga izinkukhu ezu2 ezimhlophe logogo uke umuphe ukudla umkhuthaze ukuthi aqhubeke nomsebenzi omuhle bese ucelake akuphe umsebenzi.
Nawe ogadwe umkhulu ovikayo yenza samething. Mawenza izinkukhu ungenzi eyodwa ibokwenza zibe u2 amandla munawo wenzela ukuthi kudle yena ugogo aphe nabanye.
Cacisake emsamu ukuthi nabanye awubakhohliwe uyacela basondele badle nabo (iDlozi elihle).
If ufesa make sure ukuthi ubikile emsamu kuze bazi abaphathi bakho coz mybe uyafesa nje kanti awabelwe ukusebenzela umlungu thats why kophela unyaka ungaqashiwe.
Please hlola uzwe isimo sakho mybe udinga impophoma nje kuze izinto zakho ziqaqeke nenhlanhla ize kalula. Isimo sakho nesakini kuhle usazi kuze ulungise.

24/05/2025

Kuyenzeka ngempela uthole ukuthi umuntu athule nento imudle yedwa ngaphakathi angatsheli muntu ...njengokuthi endlini kubi asisaboni ngasolinye nowakwami...umu*i uyachitheka...sihlala ngokulwa nje endlini ...khuluma nabantu abazi izinto wazi izinto...sikhona isibambelelo sikabhekamina ngedwa uqinise umu*i wakho akuthande akwenzele yonke into abheke wena wedwa...0791297696

awulali ebusuku uhlushwa isilwane kunezinto ezihambayo phezu kwendlu , uhlushwa amaphupho amabi unezitha uzondwa ngabantu unesichitho idliso umeqo uhlushwa amathunzi amnyama zitholele nasi isiwasho USUSIMTHWALO...akasafoni akasawhatsapp uthule nje ...zitholele nasi isikhafulo sentindili umkhafule noma ngabe ekuphi uzobuya...whatsapp 0791297696
...

One step at a time... No need to rush... Long Walk to the stars... I need an angel... You must pass the moon... Ncedani ...
24/05/2025

One step at a time... No need to rush... Long Walk to the stars... I need an angel... You must pass the moon... Ncedani anginamuntu...

Address

Umlazi
2731MAMAUNGCONGO

Telephone

+27791297696

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mama ungcongo isangoma posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram