23/04/2024
Emakhosini π
Benziwa yini abantu abasindisiwe bazitshele ukuth inkolo yabo okuyiyo?? Thina abanye sisangene ekhanda π aybo jehova, angikhumbuli Mina uNkulunkulu enikeza abantu igunye lokwehlulela!! π£
Mawungakholelwa emadlozini it okay it totally okay and it your choice, kuyakusebenzela. Kukancane thina esikholelwa emasikweni nasemadlozini ethu usizwe sikhuluma kabi abasindisiwe, I for one I don't...angibakhulumi kabi kuphela nje angeke ngikwazi ukukhonza nabo!!! Bathi sibuswa amadimoni it okay, if umzali wami eyidimoni ngoba sewadlula it fine elami lelidimoni, okhokho bethu babuswa uSathane it okay. Engikwaziyo Mina sikhuleka kuNkulunkulu umvelinqangi, umthathu emunye π umavula kuvaliwe!! Ebese okhokho bethu babe izithunwa nganye nezingelosi zethu!! Asikaze sithi bawoNkulunkulu!!!!!! Kdw bayasebenzisana noyise wethu sonke ππ«
Mina nje I am proudly omusha kaSmakade, umtwana weThongo....thee chosen one πβ€οΈ
Ukuth sathwasa, sisebenza nangemithi okwethu lokho uNkulunkulu usithanda kunjalo fth singamasosha akhe....noma sekuthiwa akukhulekwe yithi labo π asesabi lutho π makukhanye ngiyanithanda β€οΈ
Emakhosini π
Online/face to face consultation R100
Call/whatApp 0737332723
Kwamashu k section
Makhosi Duma π