Vula Thongo

Vula Thongo Retailing in traditional medicine/remedies/herbs and spiritual Interventions.

08/12/2025

Uma kuphehlwa amanzi amnyama kusuke kunelunga noma amalunga omndeni ayisitha kuwena aphendule leli dlozi enilibizayo ukuze ligadle kuwena lone inqubekela phambili.

Ungake ubone engathi imali iyangena, bese uba nezihlelo eziphusile nezicacile ngokuyisebenzisa, kodwa ubone ishabalala e...
17/03/2022

Ungake ubone engathi imali iyangena, bese uba nezihlelo eziphusile nezicacile ngokuyisebenzisa, kodwa ubone ishabalala ezandleni, ungazi ukuthi uyenzeni . Lokhu kungadalwa islwane ombathiswe sona ,esenza umsebenzi wokuvala ukungena kwemali nokuyidonsa leyo engenile.

Uma ucuphile ngamakhambi okuzivikela, kungafanekiswa nokufaka an electric fence around you. Lokhu kwenza ukuthi umuntu o...
17/03/2022

Uma ucuphile ngamakhambi okuzivikela, kungafanekiswa nokufaka an electric fence around you. Lokhu kwenza ukuthi umuntu okugadlayo athi uma ethumele imimoya emibi ,ifike iphazamiseke noma ihlukumezeke bese ibuyela kumnikazi wayo noma oyithumele. See below Vula Thongo products . Contact 079 636 4035.

Ukuba nesidina kubantu , nomuntu othandana naye kuyimpawu yesichitho esidalwe ukuba sikwenze ungathandeki ukuze kucindez...
16/03/2022

Ukuba nesidina kubantu , nomuntu othandana naye kuyimpawu yesichitho esidalwe ukuba sikwenze ungathandeki ukuze kucindezeleke inqubekela phambili yakho.

Uma unebhizinisi kumele uqikelele ukulivikela nokuliqinisa kwizitha nezimbangi zakho . Isihlahla sesigqiki somkhovu esis...
16/03/2022

Uma unebhizinisi kumele uqikelele ukulivikela nokuliqinisa kwizitha nezimbangi zakho . Isihlahla sesigqiki somkhovu esisuke sitshalwe nemali siyalivikela igceke owenzele kulo ibhizinisi siphinde sidonse nemali.

Umuthi Omhlophe umuthi wokuxhumanisa nedlozi lomuthi uyaqaqa ngokwezimali nemisebenzi.
16/03/2022

Umuthi Omhlophe umuthi wokuxhumanisa nedlozi lomuthi uyaqaqa ngokwezimali nemisebenzi.

Uma uya olwandle wozijwayeza ukuphatha amashumi ayisikhombisa (7) .Uma ufika olwandle uphonse ishumi ukhuleke kwinkosaza...
16/03/2022

Uma uya olwandle wozijwayeza ukuphatha amashumi ayisikhombisa (7) .Uma ufika olwandle uphonse ishumi ukhuleke kwinkosazana yamanzi namakhosi asemanzini uphinde phose elinye ubize ithongo lako malume uphinde uphonse elinye ubize ithongo lakoBaba bese uyacela konke okuhle okufisayo . Ube uphonsa le enye imali 1 by 1.

Izimpawu zokuba nabantu abadala.Ukuduma kwendlebe uyaba imkhombo yokuthi ukhona okufisa ukukhulunywa abantu abadala kuwe...
15/03/2022

Izimpawu zokuba nabantu abadala.

Ukuduma kwendlebe uyaba imkhombo yokuthi ukhona okufisa ukukhulunywa abantu abadala kuwena njengomntwana wethongo . Kepha kuyasetshenzelwa ukuthi ukwazi ukubezwa ukuthi lomnyalezo uthini.

In the midst of the darkness surrounding her she still reaches out for the light. Comment with your interpretation of th...
15/03/2022

In the midst of the darkness surrounding her she still reaches out for the light. Comment with your interpretation of this beautiful artwork by Sanele Matsolo

Abanye benu bahamba nemikhokha yamacala oKhokho noma oBaba ngenxa yezinhlambuluko ezingenziwe . Izinhlambuluko zinamandl...
15/03/2022

Abanye benu bahamba nemikhokha yamacala oKhokho noma oBaba ngenxa yezinhlambuluko ezingenziwe . Izinhlambuluko zinamandla amangalisayo ekuvaleni inqubekela phambili ezizululwaneni . Inga vala izimali ingavala umendo ingavala amathuba omsebenzi nokunye okuningi.

Uma uhlushwa ukuphathwa ikhanda noma ukukhathala nokubhocobala , kungaba inkomba yokusindwa iThongo elisuke lize kuwena ...
14/03/2022

Uma uhlushwa ukuphathwa ikhanda noma ukukhathala nokubhocobala , kungaba inkomba yokusindwa iThongo elisuke lize kuwena ngenhloso yokukuvikela. Ekhaya , ungacwilisa impepho uyibilise bese uthoba ngayo ekhanda ,nasemzibeni. Ukuze beze kahle ngaphandle ukukusinda.

Address

Montclair Road
Durban
4004

Opening Hours

Monday 10:00 - 18:30
Tuesday 10:00 - 18:30
Wednesday 10:00 - 18:30
Thursday 10:00 - 18:30
Friday 10:00 - 18:30
Saturday 10:00 - 15:30

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Vula Thongo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Vula Thongo:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram