02/09/2021
Leli page lizosiza abantu abaningi amagumbini amane omhlaba ngilapha ngizoqhubeka nakho konke okobizo lwami idlozi elangibizela khona .ngizosiza abantu ngezinkinga zabo ezahlukahlukene umhlaba wonke jikelele.
Idlozi lingingene ngisasemncane ngihlala endaweni yase Mtwalume wonke umuntu uyangazi konke engikwenzayo akusiyo imfihlo.
Ngakho ke uma ufisa ukubuza umbuzo nge life yam ungabuza noma yini mayelana nedlozi nomsebenzi engiwenzayo ngisebenzisa amandla edlozi ,bonke engikhule nabo bayazi ngami kanti nomakhelwane bami bayazi ngempilo yam.
Sekuyiso iskhathi engangikade ngisilindile ukuthi sifike lesi lapho khona ngizophumela obala ngobizo lwami .
Idlozi langingena ngizalwa ziningi izimpawu ebezichazwa ngabazali bami ezikhomba ngokuzobala ukuth ngidalelwe ukuksiza abantu kodwa kimi bekuzwakala njengephupha .ngaphambi kokuthi uma ngise high school ngigule ngigulela Kona ukuksiza abantu ihlozi laze langikhipha esikoleni .ngikhule ekhaya Lapho vele umama ongizalayo bewusizo emphakathi enza wona lomsebenzi wedlozi elapha abantu ngeziwasho Kanye namakhambi esintu. I was on grade 8 ngiqala ukugula ngesimo semimoya but ukuba umelaphi bekuyinto engiyibukela kude nami kahle kahle bengiyinyanya in fact.
But into ebeyenzeka njalo uma kuzofika umuntu ogulayo ekhaya ezolashwa umama same time nami uma ngike skoleni ngizophathwa ilesosifa nami olso to find ukuth uma othisha bengithath bengifodukisa ngificha umuntu ogulayo njengami lapha ekhaya. Uma sengisekhaya bekuphoqa ukuth lomuntu ngimuthinte ngesandla ukuze Asinde lapho nami ngikhone ukuphila.
Yingakho ngizibona umhlaba ngiwu kweleta umhlaba kankulunku ngiwu kwelento ukuth ngisize abantu ukuze baphila ngoba nami impilo Yami yasindiswa ngokuyimfihlo engiyoyichaza ngelinye ilanga ukuze umhlaba wazi kabanzi komlando wedlozi elangi thwasisa .
Ngithe mangi funda u Metric idlozi langikhipha esikoleni langiletha ukuzoba usizo kubantu kodwa indliziyo Yami beyibukhuni kulesosikhathi ngoba nami bengizibona Ngemuntu ofundile.