27/10/2025
"ABALOZI BAPHANSI (ISTHUNYWA SAMANZI)"
Loluhlobo lweSTHUNYWA SAMANZI ludabuka EBUKHOSINI mtanethonga , abantu ababehlala emigedeni enamanzi bafela khona abanye entabeni , AMABUTHO AYEGADE UBUKHOSI.
_ABALOZI uma umbethwe ibona inhliziyo yakho incane kakhulu phela umbethwe abantu abanolaka kakhulu n abebelwa nezimpi bahamba namabutho yingakho uma umbethwe ibona uboniswa kakhulu amabutho alwayo.
_ABALOZI uma umbethwe ibona uhlezi uzwa UTSWIII TSWIII ezindlebeni umsindo ongawazi.
_ABALOZI uma umbethwe ibona mtanethonga uba nogazi bakuthande nabantu bakuhloniohe futhi bakukhithamele , usuke ngokomthetha uzalwa eBUKHOSINI ,or umbethwe umuntu ebegade ubukhosi yingakho uhlezi uphupha abantu abadumile abaphezuli ngokwezigaba esike sithi amakhosi.
_ABALOZI uma umbethwe ibona , ukhonze umsindo gogo ukucula , ukukhuluma nje lokhu kukodwa awuvinjwa ngoba abantu basebukhosini vele bayakhulumaπ , umsindo lo uhambisana nabo kakhulu kanti iwona futhi owenza BEPHAKAME umsindo.
_ABALOZI uma umbethwe ibona gogo baqala ukukhuluma ungakabakhuphuli nje nhlobo , uthi uyaqala ubamba isthongwana ungalele ubuthongo lobu obuSerous uzwe abantu abakhulumayo bakutshela lokhu nalokhuπ ungabothuka ibo impela ontaba kayikhonjwa bazothi izilwane cha akusizo YIBO YIZWA NGIYAKUTSHELA.
_ABALOZI uma umbethwe ibona ebusuku unokuphelelwa ubuthongo UZWE IZINYONI EZIKHALA NGOLUNYE UHLOBO ONGALUJWAYELE , ibona gogo isthunywa sakho leso wena uzitshele ukuthi inyoni nje kanti yibo ,LELO KHWELA LALEYO NYONI LIBAMBE NJOBA LINJALO ILONA LOKUBIZA BONA ABALOZI BAKHO UMA USESKHUPHENI , UMUNTU OMBATHWE UMLOZI UNEKHWELA LAKHE LOKUBIZA ABAKUBO thatha la ngiyakucushisa ay izindaba zamamfengwane . YIKHO NASEZIBONAKALISWENI UBONA IZIDLEKE ZEZINYONI , NAZO IZINYONI.
_ABALOZI uma umbethwe ibona unokuzwa umsindo wamanzi ngathi ayageleza ayahamba , nasezibonakalisweni angithi ubona imigede enamanzi ahambayo anomsindo.
_uthanda impi ukulwa.
_IZINDLENE zinokuvaleka ungezwa.
WhatsApp 0710477309 for usizo. π©Ίπ§Όπ¦ ππΏ π₯π―οΈππ½ππ½ββοΈππ§΄We offer consultation, counseling and therapy. River, sea and waterfall cleansing. The healer is using various traditional medicine techniques, seek to restore the personβs comprehensive health, relieving illness, physical, emotional and spiritual enjuries.