Umthombo Wesithunywa

Umthombo Wesithunywa A traditional Prophet born and raised in mtubatuba. Sitholisa imisebenzi sikhuphula ama business

Umthandazi wamanzi othwase ngamaphupho waphothula ngamanzi.syalapha sichaza ama phupho sikhuphula ithunywa evaliwe Syathwasisa .

08/12/2025
Ubizo lwakhelan izitha baba bancane abantu abakuthandayo ungenzelutho kodwa kwake min baningi abangithandayo Nina eningi...
08/12/2025

Ubizo lwakhelan izitha baba bancane abantu abakuthandayo ungenzelutho kodwa kwake min baningi abangithandayo Nina eningizondayo Owen nomnganwakho

Izingane ezachitheka zyenzelwa iladi ukhanyise imnpilo kuzona ukuze zingakuvimbi ukuthola ezinye Kanye nemnpumelelo yazi
07/12/2025

Izingane ezachitheka zyenzelwa iladi ukhanyise imnpilo kuzona ukuze zingakuvimbi ukuthola ezinye Kanye nemnpumelelo yazi

Ihambekahl inkonzo abazalwane belula nesandla
07/12/2025

Ihambekahl inkonzo abazalwane belula nesandla

06/12/2025

Owami umfazi uphinde ephathe izitokofele cabanga basabeka akukapheleli

Mina ngifuna ukukunikeza ithemba lokuthi imnpilo isazoshintsha nakuwen mina izithunywa zingihluphekise iskhatheside ngin...
06/12/2025

Mina ngifuna ukukunikeza ithemba lokuthi imnpilo isazoshintsha nakuwen mina izithunywa zingihluphekise iskhatheside ngingawtholi umsebenzi makwenzek ngawthola kuyatelekwa Kim bekuhluleka ngisho bengigeazela kubhede ngayeka ngahlalaphansi ngalinda iskhathi kodwa ngangingamile emthandazwen nakuwen kuzokhanya mfowethu cc wam ngake kuhlwe uduuuu

05/12/2025

Loluhambo luneykhisi uyabona .abengakakubizi ngomthakathi uyajabula kuhluleka abantu ukulandel lolubizo basalendleleni kunzima

05/12/2025

Osemtuba akeze dashi kusasa ntambamo.sinenkonzo kwakhumalo ukuhlanganyel kanyinani kuyobamnandi 0638007412

05/12/2025

Hlanganisa izimnpepho ezintathu nongiboniselen uchathe wena okhala ngokuthi awsaboniswa ebsuku uphinde ufakeneskhanyiso mawsugquma

Imnvelo iyahlonishwa mawuya emanzin uyazila beseniyekalentoyen yokungaziphathi izimnpahl.zokungenemanzin umuntu efune uk...
05/12/2025

Imnvelo iyahlonishwa mawuya emanzin uyazila beseniyekalentoyen yokungaziphathi izimnpahl.zokungenemanzin umuntu efune ukubhinca ibhayi ayenziwaleyonto niwisa abelaphi ngalento lento iyaphephupha ukhuleka kanjan ubuka amabhele syafica imkhuba lapheymnpophomen nasolwandl webantu besfazan hloniphan umsebenzi wethu nedlozi nonkulunkil ibhayi mawulithanda bhinca ngaphezukwezimnpahl pls

Ulwandle lusgezakahl isdalwa nom uzihlunga zihlungeka kahlelapha abanye balakhakhona kuningi okwenzeka olwandl kodwa luy...
05/12/2025

Ulwandle lusgezakahl isdalwa nom uzihlunga zihlungeka kahlelapha abanye balakhakhona kuningi okwenzeka olwandl kodwa luyazihlambulula nalo

04/12/2025

Mawumuntu ochithekelwa yizisu mele ukugezelokho kuvaleke kubonakale nokuthi kudalwayin kodwa mawumuntu ozikhiphile thathimbuzi uyoxoliselwa emsamo kin ngoba ukukhulelwa kwesinye iskhathi kuyavela edlozini Lasekhakomama masekubonakel ukuthi umuziwakin uzosalawodwa mawzobheka imizi eminingi imiswe ngabashana wenake mawbakhipha uphazamisa uhlelo lukankulunkul nedlozi akusibona bonke abantu abazogana

Address

Mtubatuba
3935

Opening Hours

Monday 06:00 - 19:00
Tuesday 06:00 - 19:00
Wednesday 06:00 - 19:00
Thursday 06:00 - 19:00
Friday 06:00 - 19:00
Sunday 06:00 - 22:00

Telephone

+27761077453

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umthombo Wesithunywa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Umthombo Wesithunywa:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram