Mkhulu maphanga

Mkhulu maphanga Siyelapha LA wonke umuntu uvmelekile ukuthi azothola usizo

24/12/2024
21/08/2023

Wezinsizwa akenibambe nantu uhlanga lwezintombi ezinemali

-isiqomiso
-wozawoza
-zekani
-zeneke wonke
-zamlandela (ikhubalo)
-vuma omhlophe
-mkhanukelwa
-maliliza
-mlutho
-mkhanyakude
-mlomomnandi
-Rosilina
-ibheka
-ntonga kamaphindisa
-mhawukelwa
-msunu wenkawu
-msunu wendlovu

AMAFUTHA
-engwe
-emamba eluhlaza
-esthole semvubu
Itembe lesikhukhukazi esidala

Hlanganisa lemithi uyenze ibe impuphu ebese ufaka amafutha uwenze ube istaputapu
Ugcabe emashiyeni nasesmongo

Khona okumele uqale ugeze ngawo

21/08/2023

Akesibambr nansi imbiza yedliso
-umbola
-umthatha
-unwele
-Isibhahha
-icisha mlilo
-idambisa
-ilabatheka

Uhlanganisa lemithi ebese uyayipheka
Mase
Mase ulungele ukuthi uwuphule
Ebese ufaka uviniga umase upholile

Uphuza ekuseni nantambama

18/08/2023

Siyabingelela ekhaya lokuphila sisalokhu sikhona nedi khona la ebesisabambeke khona 🐉🐲🐍🦎

17/10/2022

Ngibingelele bathandwa
Sisekhona kwelikhaya?

29/06/2022

Bomama inkomo iyagcatshwa ukuze uzoba isivuthe vuthe kumuntu wakho

-uzeneke
-sinama
-delunina
-sivumelwano
-msunuwendlovu
-amafutha embulu
-amafutha kagesi
-amafutha emvubu
-amafutha engwenya
-umhlathi wengwenya
-mnandi nofeshe

Hlanganisa konke lokhu kube manzi ebese uyagcaba emathangeni enkabeni nangenhla kwenkomo omunye ugcobe embobeni yenkomo ebese uyamnika ungavumi akukhothe ngoba uzowuzwa lomuthi

29/06/2022

Sanibonani laykhaya ngimatasa bathandwaingakho ngingaveli lana

26/06/2022

Thokozani bantwana bethonga

Kuyangithokozisa ukuba sehluhluwe 👏👏👏👏

20/06/2022

Nasi isihlanzi sogazi uqonywe ushelwe uqshwe

-umnyamathi
-bhoqo
-squnga
-msuzwane
-isweli lenyoka
-mvuthuza
-nsulansula
-nukani

Hlanganisa yonke lemithi uqhume uphalaze ugeze for 5days ukhiphe zonke iychitho

Owesi bili

-mayisaka obomvu
-slenjane
-ntombi kayibhinqi
-bhubhubhu
-munyu omhlophe
-mhawukelwa
-vuma omhlophe nobomvu
-mhlambamanzi
-rosilina
-mmemezi omhlophe
-ngwavuma
-iphakama lomfula
-nhlanhlemhlophe
-mpepho

Hlanganisa lemithi uqgume uphalaze 7days , ucele konke okufunayo

Address

Northcliff

Telephone

+27828624187

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhulu maphanga posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram