Mkhulu Khathaza abathakathi

Mkhulu Khathaza abathakathi ��Umthandazi��wamanzi ngisebenza ngesinazaretha �Dream translation�whatApp or call 0665448167

11/11/2025

Ngamandla nothando lukankulunkulu sivukile ushembe uyaphila kimi nakuwe usengaphila🙏🏻❤🙏🏻

Whether you like it or not  ,nomatter how you  try to fake your  life just because  you are  trying to run away from the...
31/10/2025

Whether you like it or not ,nomatter how you try to fake your life just because you are trying to run away from the truth iqiniso elizokulandel mpiloyakho yonke andbesides ukuth ukhonzakuphi noma awsonti sdalo kodwa ngfuna wazi ukuthi kulomhlaba wawzeleukuzohlawula amacala okhokho bakho abawashiya and ngeke ukuthole ukuphumula empilweni untill uze wenze okufanele

Sometimes masuzabalaza babodwa ababuzana ngawe abanye bathi ay ngek akekho Umuntu ophilayo ongenzalento abanye bathi uyahlanya ngoba mengazwa imisebenzi yakho some of them nakade bekubukel phansi bayaqal bakubukel phezulu bakuhloniphe abanye uyothi uma uqhamuka bavel bakhiphe neziqgoko emakhanda coz ababoni wen kepha inkulu into abayibonayo kwabona mubabuza abakwaz ukuyichaza ngob akuyo yasemhlaben eyasezulwini

30/10/2025

Ngithi mina kuwe ungavumi abantu bakubuyisele emumva ngempilo yakho nomatter what, bese uzifundisa ukuma entweni uzitshel ukuthi lento ngizoyenza futh ngizophumelela ungahlehleli emumva kepha yana phambili 🙏🏻🙏🏻🙏🏻

Unkulunkulu ufuna abantu abanesibindi abantu abasaziyo istory sabo abantu abakwaz ukubamba insimbi beyizwa ukuth iyashisa ize ipholele kubo abantu abathi noma kufika izimo ezinzima empilwen baqine bangakhali kepha bakhalele ngaphakath
Abantu abanamahloni ngokubonakala kwenyembezi ngob isitha sakho uma s**e sakubona sizojabula 🙏🏻🙏🏻

Kunomuntu ongeke akuyele ezinyangeni for ukukuthakatha kepha ngenhliziyo yakhe namehlo akhe uyakwaz ukukwenzalokho uke ubone omunye uma umbingelela avume sengath uboshiwe or akafuni kubenzima ngisho ukukhipha i smile nje ukubonisa ukuth yakwaz ukuphila nabantu 🙏🏻🙏🏻

Ngizothi kuwe okwakudalwe wena as long as unkulunkulu esakugcinile kofika noma ilanga selishonile nomatter how old you are...THANDAZA KANCANE KANCANE KUZOLUNGA🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻

22/09/2025

Nalapho kungakhali khona iqhude kuyasa ngomthandazo nje nawe uzophumelela lempilo oyifisayo usazoyiphila as long as umphefumulo usahlangene nenyama usengakwenza kwenzeke trust me🙏🏻🙏🏻🙏🏻

22/09/2025

Abanye abantu bafuna ukutshelwa amaqiniso ngezimpilo zabo ukuze bakwaz ukuzibona noma sebesephutheni sebephuma endleleni kepha uma iqiniso uhlala phezukwalo ungamtsheli lomuntu uma kungenzeka avele afe unkulunkulu umphefumulo wakhe uyowubuza kuwe

Ngakho ungabothula uma ubona izinto ukth ziyonakala 🙏🏻🙏🏻🙏🏻

22/09/2025

Ujehova ulungile
Uyinqaba ngosuku lwenhlupheko futhi uyabazi ababaleka bebalekela kuye nawe ungabalekela kuye akufukamele🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻

Address

Empangeni
Ntambanana
3880

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhulu Khathaza abathakathi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Mkhulu Khathaza abathakathi:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category