Dr.Langah Ngcobo

Dr.Langah Ngcobo Thokozane Dr langah is a healer with a wish of helping others see the richness of having a gift..

23/02/2021

Thokozane : ngithola umzali ubenengane iphase u Matikuletsheni "inkinga umntane ubulawe ubhubhane(covid)..... Asithandazeni siphahlen!!!!!

16/02/2021

Shwele: ake ngizwe loh othi * Ngimenzela konke umuntu wami kodwa njr uya """""" *

Ndauwe
Dr-Langah Ngcobo

16/02/2021

Thokozane: Nansi indaba " kungani bonke bephemelela Mina nendlu yam kulutho" ...... Into edida abantu emhlabeni ingubo owazalwa nayo .... Kanye nomdiki ; ingakho abantu ngike ngithande ukuthi ahlole kqala before wenze izinto ngoba uzothola ukuthi impilo yakho imiswe okukodwa kulezinto not ukuloywa kphela..... Qaphelani izinto ezenza impilo ime....

Ndauwe
Dr-Langah Ngcobo
Pietermaritzburg

16/02/2021

THOKOZANE .....NGIBUYILE BANTWANA: ake uthathe
-Isnama(ikhubalo).
-isbushebushe.
+ umlomo omnandi omnyama... Gaya lah u mix nenhlwathi amafutha ....shaya uhlanga esfubeni ...okusalayo ugqume ngako kanye ngaksasa kade ugcabile.....

N.B lenduku uma uyisebenzisile lapho ohamba khona uyozwakala ... Eg Emsebenzini / othandweni / nasemgaqweni njr uzihambela / isecaleni uma ulihamba....

Ndawuwe
-Dr'Langah Ngcobo
Pietermaritzburg

15/02/2021

THOKOZANE!!!!... Nisaphila??

31/01/2021

Thokozane .....camagwini ...ngike ngihoxise kalokhu kubantwana ekade bengidinga...bengivalelek emakhaya lapho I reception (network) ingalunganga .....sengikhona....niphile ......nongaphilile akavele sibone..

-Dr-langah ngcobo
Pietermaritzburg.

29/11/2020

Thokozane bantwana 'warning' akusizi umusebenzisela umuntu umuthi ekubeni ungamthandi wena ... *Ibuhlungu* into engibona langaphandle uza Kimi make sure uyathanda ngoba naye ubuyele ukukthanda

28/11/2020

Shwele: Mase kuba ilento ekthiwa "umdiki" " inkosi enkulu" uwona umphathi we mpilo yomuntu : uthole ukuthi usuzame yonke into ngenkinga obhekene nayo kuvele kukhanye kancane kuphinde kuvaleke : E.g nihlale nomuntu obambisene naye njalo ngokuxabana nokungazwani: nokungathembani.... Namuhla ngzokhuluma nalowo othi sengizame konke kodwa engathi iwona umdiki ngoba angiboni nginganesitha esijule ngaleyo ndlela.... Phuthuma ngisakhona

Shwele : Like_Share our page

Dr-Langah Ngcobo
Pietermaritzburg..

13/11/2020

Kumakvulwe kvaliwe ngithi "tokotane mandzwe"....

Dr-Langah Ngcobo
Pietermaritzburg..

12/11/2020

Thokozane....Ake ngiphinde ngidlulise lokhu U Ngcobo akayenzi imilingo kodwa ngokugezeka kwe Sthunywa noMsamu wakho izinhlanhla nemilingo iyenzeka .....

Shwele ...
Dr.Langah Ngcoby
Pietermaritzburg..

Address

Town
Pietermaritzburg

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dr.Langah Ngcobo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category