12/12/2025
N**i I Izinhlobo zama DISCHARGE e zikhona ezihlupha kakhulu abesifazane
(1) yellow ( vaginal) discharge
(2)milky white discharge
(3) pregnancy discharge
(4) Leukorrhea discharge
(5) clear discharge
(6) Yeast infection discharge
(7) brown discharge
Sengizichazile ezinye izinhlobo Zama discharge ezinye kodwa ngeke ngiziqede zonke ngoba ziningi kakhulu futhj zidalwa izinto ezihlukene, khona I discharge ongazihamba zonke izibhedlela nabobonke odokotela ingafuni ukuphela ushintshe ama painty liner kabili Noma kathathu ngosuku, leyo discharge ifuna thina izinyanga siyayinqoba enye I discharge ibe strong ibe nephunga ngalendlela yokuthi ulandekwa izimpukane ezibuhlaza, leyoke isuke iphumile esandleni. Kodwa ke namhlanje sikhuluma nge BROWN DISCHARGE. I BROWN DISCHARGE yenzeka Uma uzoya esikhathini Noma uqeda esikhathini. Uma uqeda nje ukuya esikhathini kuphuma yona, iyona ndlela inanazi esuke iziklina ngayo so akmelw ikukhathaze nhlobo, kodwa Akumele kudlule 4 days ingaphelanga. loluhlobo le discharge kuyenzeka linuke ngoba phela kugezwa inanazi ngendlela eyimvelo. Kwesinye isikhathi Uma uqeda esikhathini kuphuma I discharge okuthiwa I spotting. NB. akumele ugeze inanazi ngamanzi afudumele, kodwa udinga amanzi abandayo ( not ice water) kodwa abandayo nje ngokwemvelo. Akumele Uma ugeza inanazi isebenzise izinsipho Noma ama chemical ongawaqondi kahle kmele usebenzise insipho ozoyithola ko dokotela Noma nje esibhedlela I discharge akuyona Indaba yoludlala iqeda NYA ukuzethemba. Sesizamile ukukhava ama discharge. Ngendlela ehluphungayo I discharge ksuka ngo January ngidayisele abasifazane abadlulile ku 100 umuthi we discharge njalo unyaka awukapheli, iyinkinga lento. Ngokuzayo ngzokhuluma Indaba yokubhajwa, maningi amadoda abhajiwe kodwa wona engazi ngoba ziningi izinhlobo zokubhajwa, amanye avela izilonda emapipini akazi wona ukuthi abhajiwe azibonela izilonda nje, amanye aqaqanjelwa izinkanda, akazi wona abhajiwe, amanye anezimvilapha, amanye kuqaqamba amasende njalonjalo. # YAGADLA I BOSS. 061 509 3838