Mkhulu Qwabe

Mkhulu Qwabe Ngisebenzisa iziwasho namanzi

03/01/2024

Unkulunkulu abenathi enyakeni omusha Amen

16/04/2023

Thokoza khona ugogo okuthiwa uAsanda Mahlase not ukuthi ngiyakuziba khona inkinga ekhona kufcbk wami nasi ekaWhtapp 0682853274๐Ÿ™

16/04/2023

Ndawuwe mtane thongo vuka izithintithe kubamba ezingelayo uhleli ekhaya bona abahleli bayakuhambela vuka izithintuthe ithi incwadi ncwele konke okudliwe yisikhonyane kobuye kuphindiwe azibuye izinto zakho ezivaliwe kuvuleke konke kujabhe izitha Amen

16/04/2023

Thokoza batwana bedlozi ukuseni sibonga uNkulunkulu ngomusa wakh sivukile Abantu bengahlali emakhaya bengasebenzi engavalek amabusiness iziwasho zenu zikhona kuvuke nemendo engasathokozisi ngikhona uzakimi qgo esgodlweni uthole usizo awuyufaki imali ebank Amen

01/11/2022

Thokoza dlozi nibe nobusuku ubuhle baphile Abantu๐Ÿ™๐Ÿ“ฟ

23/06/2022

Thokaza dlozi ningangkhulume kabi nithi ngiyanibukelela iziwasho ziyaphela ungasali ngaphala hlambulula igazi uthandeke hlambulula idlozi elikwembethe izinto zilunge kuphele izifo ekhaya abangasebenzi basebenzi khumbula uma wenza lokhu awuzilungiseli wena kuphela kepha nabakulandelayo bayofika indlela isihambeka sbonge Kwande.๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿ™

17/06/2022

Thokoza batwana bedlozi impilo yakho imiswa nguwe ungakhali ngokuthakathwa uqambela Abantu amanga akekho uziba izidalwa zakini bese ucabanga ukuty konke kohamba Kahle kuwe impilo iyahanjelwa iyacingwa umsebenzi asuwutholi nezingane zakho zihleli ekhaya azisebenzi aziganile nezingane esikoleni aziboni lutho lungisane singashiyi imithwalo eyashiwa ngokhokho bethu ezinganeni Amen ngithanda ukufa.๐Ÿ™

12/06/2022

Thokoza batwana bedlozi ngithi akengichaze lana kancane ake ulalele abantu bakini mabekhuluma nawe bese wenza njengokusho kwabo bese ubuka ukuty angeke lubekhona ushintsho empilweni yakho

08/06/2022

Thokoza batwana bedlozi sidlula ezinweni ezinzima abazali bethu abangazilungisang nathi asingavumeli abatwana bethu bedlule kuzo asilungise imisamu yethu kuvuleke izinto kudede inhlupheko Abantu bathole imisebenzi abangaganile bagane abangaganile abatwana babathole ningahlali phansi izinto zibheda sbonge๐Ÿ™akwande ukuphila Amen

20/05/2022

Thokoza batwana bedlozi uma ubuza noma ucela ukusizakal awuvele uqhamuke nenkulumo ngaphandle kokubingelale kuyahlonishwa batwana bethongo

Makwande ukuphi zindlondlo makhosi mathongo amahle ngithi ndawuwe .Amen
19/05/2022

Makwande ukuphi zindlondlo makhosi mathongo amahle ngithi ndawuwe .Amen

19/05/2022

Thokoza batwana bethongo thokoza batwana bedlo muhle uNkulunkulu ekuseni nivukile makwande ukuphila batwana bedlo ngity akwenyicacise lendaba uMkhulu Qwabe akathaki imithi egroupin akathaki iziwasho egroupin akahloli efonini umsebenzi siwenza endumben kuphile abantu angihambisi ngestayela angikho estayilen emsebenzin wedlozi selapha ngesiphathiswe khona Amen nginithanda ukufa

Address

Nkonjane Street
Umhlathuze

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Telephone

+27822812527

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhulu Qwabe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Mkhulu Qwabe:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category