Dr. Chiya Herbalist Emzimkhulu

Dr. Chiya Herbalist Emzimkhulu UMelaphi wendabuko
073 034 9170

Syanibiza phelelani eMzimkhulu njengoba siyogeza nje nge 10 April 2025 iskhathi 09h00.. Ukuvula Inhlanhla/UmsebenziUkuvu...
03/04/2025

Syanibiza phelelani eMzimkhulu njengoba siyogeza nje nge 10 April 2025 iskhathi 09h00..

Ukuvula Inhlanhla/Umsebenzi
Ukuvula idlozi/izthunywa ezivaliwe
Ukudiliza amathunzi agejanisa neMali
Ukucela nokunikelela Impilo zethu
Ukuvulela abantu izphiwo zabo

Nokunye ke

073 034 9170 asiyeni ke bakwethu
Uphatha
White candles 3
500g White Sugar 1
Milk 3L
Ox tripe/Isisu senkomo
Inkukhu emhlophe 1

Ukuthintwa imina Emanzini akufani nokwabanye ababhem langaphandle..

Umthakathi asimceli ngoba uyosala khona njengesihlabathi olwandle..

Siwasho SemimoyaSusa amathunzi amnyamaSusa isichitho, isdina noqathuSusa imimoya emosha iMaliGquma ugeze for 3 days and ...
03/04/2025

Siwasho Semimoya

Susa amathunzi amnyama
Susa isichitho, isdina noqathu
Susa imimoya emosha iMali

Gquma ugeze for 3 days and watch the space..

073 034 9170 Call/WhatsApp

Lishonile NgokwasenduloNgethula lemithi eseqophelweni eliphezulu okuyi Combo 3 Days   Umntu osebenza ngokudayisa noma un...
26/06/2024

Lishonile Ngokwasendulo

Ngethula lemithi eseqophelweni eliphezulu okuyi Combo 3 Days

Umntu osebenza ngokudayisa noma unetafula noma istolo nendawo yokunyatha amambawu!!

Ihamba ngalohlelo
1 Isbunge Samalahle
2 Isbunge Sempepho
3 Umuthi Wenhlanhla
4 Umuthi Womsebenzi

Lapha kusuke kuphakanyiswa umsebenzi lowakho ngendlela yasendulo ehamba nobunhlanhla thizeni..

Umntu oyiNyangi, Isangoma, Mthandazi kanjalo ngyafisa ukuth siqale siyihlole inkinga ukuze singath siyavula kanti bathwebulo umsamo akuvalwanga lutho..

Ikhona ke naleyo yomuntu ofesayo noma ofaka ama CV kanjalo neskhundla thizeni Uma kuwukuth sekukhona lakubambeke khona kodw manje uhleli ngeqhezu elilodwa ikulungele ke Combo engenaso Isbunge

Imininingwane: 073 034 9170 Call/WhatsApp

Combo!!Imbiza ehamba netsizi yomeqo Lembiza ivuselela imithambo yokuzala ibuyisa imizwa ihlambulula isinye nezintso..- I...
18/05/2024

Combo!!

Imbiza ehamba netsizi yomeqo

Lembiza ivuselela imithambo yokuzala ibuyisa imizwa ihlambulula isinye nezintso..

- Izintwala zangaphantsi
- Iphunga elibi elisuka ngaphantsi
- Amanzi amaningi esthweni
- Iscupho uma unesbango esixosha izintombi noma amadoda
- Uma unenkinga yemizwa ephelayo ecikizayo ugeqa iwona lo
- Izifo zocantsi noma ulaliswe neslwani noma inyoka
- Uma bekweqisile lonko uhlobo lomeqo nemibhulelo nokunye okuningi kubalwa nezifo (Renal Blockade/Bilharzia) Kidney stones, Mental Disturbance and other related health conditions..

Le Combo iba uR280 mawukude iba ne fee ye Courier

Ungashayela u0730349170 noma uthumele umqhafazo ka WhatsApp mayelana nemininingwane esezingeni..

Red Special Ikhona Green Special Ikhona0730349170 Call/WhatsApp
20/10/2023

Red Special Ikhona
Green Special Ikhona
0730349170 Call/WhatsApp

05/09/2023

Angihlaziyi maphupho ke mna ku inbox please!!

Ukuphupha Unqunu - kuchaza ukuzalwa wembethe ukuba yiwele
Ukuphupha uqhuba imoto - Impilo eqhubekela phambili
Ukuphupha ulunywa yinja - Kukhona ingane eseyashona ecela ukwenzelwa umsebenzi uma imnyama lonja ingane eyaphuphuma
Ukuphupha Amakaka/Daka/Amanzangcolile - kukhona ababethakatha emndenin noma bephatha umthi omubi bacela ukucelelwa uxolo..
Ukuphupha ubuhlali obumnyama - iskhwama sokwelapha ubugedla lobo
Ukuphupha ubuhlali red n white - Umndiki noMndawe idlozi lobungoma
Ukuphupha izinkomo - abantu abadala
Ukuphupha inyoka - idlozi lemfihlakalo/inzuza
Ukuphupha umlungu wesfazane - Inkosazana yamanzi
Ukuphupha ufish - inhlanhla
Ukuphupha gibele ibus - ukufa okuzayo
Ukuphupha inyama ebovu - ukufa/ukulimala/isifo
Ukuphupha imbali ziqhakazile - kukhona ozokuzuza empilweni
Ukuphupha isdalwa sakekhabo Mama - inhlanhla enkulu
Ukuphupha ingane - kuyinhlanhla mithulile ingakhali/ishwa mikhala ifuna ukuncela.
Ukuphupha isbuko - uyathwebulelwa okuthize
Ukuphupha isthombe - kusuke kunento ethwebuliwe
Ukuphupha iCamera - uyathwebulelwa okuthize
Ukuphupha IHash/Imbongolo ibhosha - Inhlanhla leyo isthunywa nedlozi lamanzi
Ukuphupha unogwaja - inhlanhla
Ukuphupha usukela inyamazani/inkomo - inhlanhla muyificile/mungayificanga kushuth imizamo oyenzeyo ayizuphumelel shintsha ukwenza -
Ukuphupha umlilo ebumnyameni - inhlanhla enkulu kakhulu
Ukuphupha umlilo emini/ekukhanyeni -

Send a message to learn more

Abafisa Ukuhlangana neNyangi Yamabutho 0730349170 for bookingsIbhandi lezitha - ibhodlela lezitha Ukubangwa zidalawa - U...
28/08/2023

Abafisa Ukuhlangana neNyangi Yamabutho 0730349170 for bookings

Ibhandi lezitha - ibhodlela lezitha
Ukubangwa zidalawa - Ukugeza umsamo
Ukugeza Amathunzi - Ukulahla uTikoloshe - Ukwembula Ingubo
Ukuphakamisa isthunywa sedlozi - Amajaji Obunyangi nokuhlola

Ukuvula inhlanhla ngokhamba - Ukuvula inhlanhla ngamabutho -
Ukuvula Umsebenzi Mawvaliwe -
Ukubuyisa Inhlanhla nedlozi elithwetshuliwe - Umuntu ongenwa isifo sokusangana - Izifo Zamadoda nezoMama - Ischitho - Umeqo - Amanzamnyama - Isiwasho - Izizwe namafufunyani - uVutha - Izulu - Ingozi

Istroke - Izinduna - Isfuba - Isifo Sokuwa - Ikhanda elingapheli - Izindlebe ezibuhlungu - Amehlo agweja abebovu

Ngomhlaka 18 next month ngzotholakala kule Address 15 Whitaker and Jules St!!



" uGedlagedla owagedlez'emizini yamanye amadoda, Impungushe enyawo mbili uPhuzemafini uManzi ayakhalanga, isihlahla somyezane esihlala zonke inyoni ngisho inkankani inyoniyezulu yafika. "

Aw Madoda!! Sondela Mkhuluwam 📞 0730349170Ungavumeli ukufa ubudoda bakho, Izophela inhlonipho kumama ekhaya, Uzohamba uM...
27/08/2023

Aw Madoda!!

Sondela Mkhuluwam 📞 0730349170
Ungavumeli ukufa ubudoda bakho, Izophela inhlonipho kumama ekhaya,
Uzohamba uMama ekhaya bangene abafana ngamawindi!!

Silapha umeqo, ilumbo, isbango, izinyawo, iqolo, amadolo, amahlaba, isbhobo, ikhanda elingapheli nokuthikamiseka emqondweni,
Umzimba omubi, izilonda, ukuvuvukala nobuhlungu bezimbilapho..

Nezinye izifo eziningi eziqondene nendlu yamadoda kubalwa idilopha, iqonde, isisende, induku engavuki enciphelanayo edlekayo, nekholiflawa kanjalo Madoda!!

Address

KwaMeyi Location Ejabulani
Umzimkulu

Telephone

+27730349170

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dr. Chiya Herbalist Emzimkhulu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Dr. Chiya Herbalist Emzimkhulu:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram