Dr ZN Nkosi Medical Practice Inc

Dr ZN Nkosi Medical Practice Inc - Management of acute and chronic diseases for both adults and children.
-HIV diagnosis and manageme

31/10/2025

Isaziso!

Ngomsombuluko womhlaka 03 nango mhlaka 10
November 2025 between 7am and 9am sizobe senza ama Pap smear. Kuzobe kukhona i-Nurse lesifazane okuyilona elizobe lenza ngenkathi mina ngiqhubeka nabagulayo.

All medical aids accepted. R350 ngo cash.
Ngiyacela nifike ngobuningi benu!

Siyabonga 🙏

28/07/2025

Madoda sesivala inyanga yabantu besilisa. Kuleli viki sicela wonke umuntu wesilisa odinga ukwenza noma ukuvuselela i-PDP yakhe eze simugcwalisele ama forms akhe mahhala. Taxi and bus owners nonke no malume abathutha izingane zesikole ne staff siyabonga nisazosidlulisela lomlayezo ko driver benu.

21/07/2025

Ngiyethemba impelaviki isiphathe kahle. Kuleli viki laphana eMondlo kwa Dr ZN Nkosi sicela nje abesilisa abangaguli abawu-10 ngosuku abaneminyaka ewu 40 kuya phezulu abazofika kuqala abathi bona abaguli futhi akaze beye kwa dokotela nase clinic bafike ngizobaxilonga mahhala. Cha imali ungayiphathi mkhulu asiyidingi uzoxilongwa nje nemoto iyaya kwi service noma ingalimele. Sithinte ku 0349332930. Siyabonga kwizinduna namakhosi zisazodlulisa lomlayezo 🙏🏾

Siyabingelela kuyinyanga ya madoda. Besicela wonke umuntu wesilisa oseneminyaka ewu 40 kuya phezulu ongakaze ahlole noma...
14/07/2025

Siyabingelela kuyinyanga ya madoda. Besicela wonke umuntu wesilisa oseneminyaka ewu 40 kuya phezulu ongakaze ahlole noma osekunonyaka wagcina afike azohlolela umdlavuza wamadoda ngolwabamhlophe sithi i-Prostate cancer. Abayishumi abazofika kuqala bazokhokhelwa yimi ukuthi bahlole umdlavuza. Bonke abakwi medical aid nabo beze noma ngabe ayisekho imali ekhadini. Ngeminingwane xhumana nathi ku 0349332930. Siyabonga 🙏

Address

A615 Nzima Street
Vryheid
3105

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 13:00
Sunday 00:00 - 00:15

Telephone

+27739825814

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dr ZN Nkosi Medical Practice Inc posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Dr ZN Nkosi Medical Practice Inc:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category